Ikhompyutha

Mayelana Wikipedia
Jump to navigation Jump to search

Ikhompyutha yinto esiza kakhulu ezimpilweni zethu, yenza impilo ibe lula.

Ikhompyutha ngumshini ofakwe izinhlelo ngaphakathi, yakhelwe ukwenza imisebenzi ekhaliphile ngokuzenzakalela. Leyo misebenzi ingashintshwa noma yinini ukuze ikhompyutha ikwazi ukwenze eminye imisebenzi efanayo eminingi. Isizinda esiphakathi kwekhompyutha kanye nomuntu sibizwa ngokuthi yi-interface.

Ukusetshenziswa[hlela | Hlela umthombo]

Ekhaya[hlela | Hlela umthombo]

  • Ukudlala imidlalo yekhompyutha
  • Ukubhala
  • Ukuxazulula izinkinga zezibalo
  • Ukubuka izithombe ezinyakazayo
  • Ukulalela umculo neminye imisindo eqoshiwe
  • Ukuhlela umculo, izithombe, nezithombe ezinyakazayo
  • Ukuqopha umsindo
  • Ukuxhumana nabanye abantu
  • Ukusebenzisa i-intanethi
  • Ukuthenga kwi-intanethi
  • Ukudweba
  • Ukukhokhela izikweletu kwi-intanethi

Ehhovisi[hlela | Hlela umthombo]

  • I-Word processing
  • Ama-spreadsheet
  • Ama-presentations
  • Ukuhlela izithombe
  • I-E-mail
  • Ukuhlela izithombe ezinyakazayo/i-rendering/i-encoding
  • Ukuqopha umsindo
  • I-System Management
  • I-Website Development
  • I-Software Development